Choose a track to play
Ukum'bona 'weng'xeka amadolo
Kugiji-gij' imizwa
Nomgqumo weh 'nhliziyo, lawuleka
Halela ugibane lwami
Ng'yesaba, ng'yesaba ukuvakashela uthando
Angulwazi lung' phatheleni (law'leka nhliziyo yam')
Law'leka
(Law'leka nhliziyo yam') bambeka nhliziyo yami
Ngibambele, ngibambeni (law'leka nhliziyo yam')
Yeh mama, heh mama (law'leka nhliziyo yam')
Lawuleka nhliziyo yami
Inhliziyo ethandayo iyasha
Lawuleka nhliziyo yami
Lawuleka nhliziyo yami
Inhliziyo ethandayo iyasha
Lawuleka nhliziyo yami
Inhliziyo inene ihlala ingavuyi
Kodwa phola nhliziyo yami
Awazi lapho obheke khona uyophatheka kanjani
Inhliziyo egcwele uthando
Ihlika eknene
Ihlal' iphile njalo
Lawuleka, lawu' nhliziyo yami
Lawuleka nhliziyo yami
Inhliziyo ethandayo iyasha
Lawuleka nhliziyo yami
Lawuleka nhliziyo yami
Inhliziyo ethandayo iyasha
Lawuleka nhliziyo yami
Lawuleka nhliziyo yami
Iyasha
Yeh mama, yeh mama
Law'leka, lawuleka
Lawuleka nhliziyo yami
Wathi uyamamatheka ngamthanda
Wathi nom' esethetha mina ngamthanda nje
Law'leka, lawuleka
Ngibambeni, heh ngibambeni (law'leka)
Lawuleka nhliziyo yami
Inhliziyo ethandayo iyasha
Lawuleka nhliziyo yami
Lawuleka nhliziyo yami
Inhliziyo ethandayo iyasha
Lawuleka nhliziyo yami
Lawuleka nhliziyo yami
Iyasha
Lawuleka nhliziyo yami
Iyasha