Choose a track to play
Hhawu yini yini
Yini le'thi ncam ncam lomshin' uyakhuluma
Ndik'thanda nyan nyan, wen' ungabuz' u-ma
Yini le'thi ncam ncam lomshin' uyakhuluma
Ndik'thanda nyan nyan, wen' ungabuz' u-ma
Wayikitaz' imizwa yami, hhayi
Wazikhathaz' izitha zami, weh
Wawukhulul' umoya wami, hhawu
Wayiphumuz' ingqondo yami, hhe
Wonk' amajita afun' ukuhamba nawe
Kodwa sobabili siyazi ulubambo lwam'
Wonk' lamadod' afun' ukuhamba nawe
Kodwa sobabili siyazi ulubambo lwam'
Ngithi mina ke
Ngithi awungibambe la, ngithi hhaa weh
Ngithi awungibambe la, hhaa weh
Ngithi awungibambe la, ngithi hhaa weh
Ngithi awungibambe la, ungibambe la, ungibambe la
Yazi umoya wami uyavuma, hhayi
Inhliziyo yam' ithanda wena wedwa
Kodw' uyismanga, umqhwele wam' ulimele woh (limele woh)
Hhawu sengiqala nesikhwele simil' eceleni kwenhliziyo
Wayikitaz' imizwa yami, hhayi (waykitaz' imizwa yam')
Wazikhathaz' izitha zami, weh (waz'khatazi' izitha)
Wawukhulul' umoya wami, hhawu (wawukhulul' umoya wami)
Wayiphumuz' ingqondo yami, hhe
Wonk' amajita afun' ukuhamba nawe (afun' ukuhamba nawe)
Kodwa sobabili siyazi ulubambo lwam' (siyazi ulubambo lwami)
Wonke lamadod' afun' ukuhamba nawe (afun' ukuhamba nawe)
Kodwa sobabili siyazi ulubambo lwam' (siyazi ulubambo lwami)
Ngithi mina weh
Ngithi awungibambe la, ngithi hhaa weh (awungibambe la)
Ngithi awungibambe la, hhaa weh (awungibambe la)
Ngithi awungibambe la, ngithi hhaa weh (awungibambe la)
Ngithi awungibambe la, ungibambe la, ungibambe la
Ngithi mina weh
Awungibambe la, ngithi awungibambe la
Ngithi awungibambe lana
Ngithi awungibambe lana
Ngithi mina, awungibambe lana weh
Awungibambe lana yeyi