Choose a track to play
Single / Track
Udlala ngabantu (Udlalile ngabantu)
Udlala ngabantu (Udlalile ngabantu)
Udlala ngabantu wena (Yekela ukudlala ngabantu)
Udlala ngabantu (Udlalile ngabantu)
Musukudlala ngabantu(Udlalile ngabantu)
UJehova akakufuni lokho (Yekela ukudlala ngabantu)
Kumele ngiyisebenzele imihla yami
Ngisasemhlabeni hihi himmm
Ngibale izibusiso zami uThixo anginike zona
Oh oh mhh ngizibonge ngisaphila
Ningababukeli phansi abasweleyo
Abangenawo amandla okuziphilisa
Nabo ngabantwana benkosi
Eyi bayokuzuza uma isikhathi sesifikile
Udlala ngabantu (Udlalile ngabantu)
Udlala ngabantu (Udlalile ngabantu)
Usathane wasemhlabeni (Yekela ukudlala ngabantu)
Udlala ngabantu (Udlalile ngabantu)
Ukutshuza abantu (Udlalile ngabantu)
UJehova akakufuni lokho (Yekela ukudlala ngabantu)
Ekapa bakhathele (Bakhathele nguwe)
Nase Gauteng bakhathele (Bakhathele nguwe)
ENatali khona angisakhulumi (Angisakhulumi)
(Izithukuthuku zabantu)
(Yekela wena yekela wena)
(Hayi bo uJehova akasakufunu lokho)
(Udlalile ngabantu)
(Udlalile ngabantu)
(Yekela ukudlala ngabantu)
(Udlalile ngabantu)
(Udlalile ngabantu)
(Yekela ukudlala ngabantu)
Udlalile ngoNgobese
Wadlala ngoMakhathini
Wadlala ngentombi yakwaShabalala
Wadlala ngami
Ngaphuma ekhaya ngithi ngiyosebenzela ingane
Wadlala ngami ngahlangana nawe kwaqala ukuhlupheka
UJehova akakufunu lokho (Udlalile ngabantu)
Udlala ngabantu (Udlalile ngabantu)
Ho iyithukuthuku zabantu (Yekela ukudlala ngabantu)
Udlala ngabantu (Udlalile ngabantu)
UJehova akakufuni lokho (Udlalile ngabantu)
Udlala ngabantu (Yekela ukudlala ngabantu)
Udlala ngabantu (Udlalile ngabantu)
UJehova akakufuni lokho(Udlalile ngabantu)
Udlala ngabantu (Yekela ukudlala ngabantu)
Udlala ngabantu (Udlalile ngabantu)
UJehova akakufuni lokho (Udlalile ngabantu)
Udlala ngabantu (Yekela ukudlala ngabantu)
Udlala ngabantu (Udlalile ngabantu)
Unkulunkulu akasakufuni lokho (Udlalile ngabantu)
Unkulunkulu akasakufuni loko (Yekela ukudlala ngabantu)