Choose a track to play
Oh
Oh yeah
Oh yeah
Oh, mina ng'bhala lencwadi
Ngithemb' ukuth' izofika kuwe
Ngob' impilo ayisafani
Mpil' ayisafani ngaphandle kwakho
Oh, mina ng'bhala lencwadi
Isuk' enhlizweni yami
Oh, mayifik' enhlizweni yakho
Oh
Ngoba mina ngihambile wonk' amazwe
Awu ngihambile wonk' amazwe
Hhayi akekh' ofana nawe
Hhayi, hhayi, hhayi akekh' ofana nawe
Awu ngihambe wonk' amazwe
Awu ngihambile wonk' amazwe
Hhayi, hhayi, hhayi ngihambile wonk' amazwe
Hhayi akekh' ofana nawe
Hhayi, hhayi, hhayi akekh' ofana nawe
Awu ngihambe wonk' amazwe
Ngokwazi kwami ingqondo yami, kanye nenhliziyo, mmh
Sekuvumelele (sekuvumelele)
Ukuth' akekh' ofana nawe (umfan' ofana nawe)
Ngokwazi kwami usangowami
Noma bengathini, ul'bambo lwami
Yebo phela nguwe dali
Yebo phela nguwe dali
Oh ngihambile wonk' amazwe
Awu ngihambile wonk' amazwe
Hhayi akekh' ofana nawe
Hhayi, hhayi, hhayi akekh' ofana nawe
Awu ngihambe wonk' amazwe
Awu ngihambile wonk' amazwe
Hhayi, hhayi, hhayi ngihambile wonk' amazwe
Hhayi akekh' ofana nawe
Hhayi, hhayi, hhayi akekh' ofana nawe
Awu ngihambe wonk' amazwe
Awu ngihambile wonk' amazwe
Awu ngihambile wonk' amazwe
Hhayi akekh' ofana nawe
Hhayi, hhayi, hhayi akekh' ofana nawe
Awu ngihambe wonk' amazwe