Elige una pista para reproducir
Vele intombi ishelwa ngamanga ,kodwa akushuth uthando lungamanga nalo.
Vele intombi ishelwa ngamanga kodwa akusho ukuth uthando lungamanga.
Khona kunzima ukubona oqamba amanga ngoba amanga neqiniso aphuma ngomlomo owodwa.
Kunzima ukubona oqamba amanga ngoba amanga neqiniso aphuma ngomlomo owodwa.
Ntombi yabaleka izongiqoma
Yeyi yeyi yeyi iyoze ivume
Ngifike izolo liduma izulu namhla liyashisa ,ngeqa amagquma ngigibela ezintabeni.
Haaaa bengeqa amazolo ngigibela ezintabeni.