Quality time music
Konke kulele kuwe
Amaphutha ngiwenzile
Isimo sama mangihlala phansi
Ngiyeke konke konke konke
Ngiyenzela yena
Uma ngingayeka manje ngeke kulunge lutho
Vul’amasango khanyisa
Buya buya buya
Buya mngani
Vuleka masango vuleka
(Vuleka masango vuleka)
Vuleka masango vuleka
(Vuleka masango vuleka)
Vuleka masango vuleka