Nginesifiso
Sokuba nawe
Sokuphila nawe
Ngunaphakade
Nginesicelo
Ku Jehova
Ukuth' akugcine
Akubusise ngakho konke
Ngingathanda
Ukuba nawe
Kude kuyovalwa
Ngingathanda
Ukuba nawe
Ngunaphakade
Ngingathanda
Ukuba nawe
Kude kuyovalwa
Ngingathanda
Ukuba nawe
Ngunaphakade
Nginesifiso
Sokuphilisana nawe
Oh! Namhlanje, izolo
Oh! nakusasa
Nginesicelo
Ku Jehova Ongumdali wezulu nomhlaba
Ngicela akuphe konke
Okufisayo entlizweni yakho
Ngingathanda
Ukuba nawe
Kude kuyovalwa
Ngingathanda
Ukuba nawe
Ngunaphakade
Ngingathanda
Ukuba nawe
Kude kuyovalwa
Ngingathanda
Ukuba nawe
Ngunaphakade