Elige una pista para reproducir
Ungam'monel'umuntu
Wena, ungam'fisel'okubi
Ungam'monel'umuntu
Wena,ungam'fisel'okubi
Wena ungalinge uzame (Ukuba nomona)
Ngoba ngyafana nje nawe
Wena ungalinge uqale
Ngoba nginsundu njengawe
Futhi nghlupheka njengawe
Abantu abafuni ukbon'omunye ephumelela aahh (Ay abafuni)
Ungam'monel'umuntu (Uyabulal'umona)
Wena, ungam'fisel'okubi (Ngoba uyabulal'umona)
Ungam'monel'umuntu (Uyabulala)
Wena,Ungam'fisel'okubi
Wena, uphila kabhlungu ughalela indlu kamakhelwane wakho
Kodwa awbazi bonke ub'nzima asedlule kubo
Nak'iynto zakho
Focus(er) kwena
Angeke sphumelele sonke mkanye
Ngeke sibe nemali mkanye
Kodwa nakuwe kyeza, musa ukung'dlela umona
Abantu abafuni ukbon'omunye ephumelela aahh (Ay abafuni)
Ungam'monel'umuntu (Uyabulal'umona)
Wena, ungam'fisel'okubi (Ngoba uyabulal'umona)
Ungam'monel'umuntu (Uyabulala)
Wena,Ungam'fisel'okubi (Ngoba uyabulal'umona)
Ungam'monel'umuntu (Wengan'zakwethu uyabulal'umona)
Wena, ungam'fisel'okubi (Uyabulala)
Ungam'monel'umuntu (Ngoba uyabulal'umona)
Wena,Ungam'fisel'okubi (Uyabulal'umona)