Bengicela ungixolele, mama womtanami
Angibangakhona es'bhedlela
Bengithi ngiyozama, ngizamela thina
Bengifisa ukuba nawe
Bengicela ungixolele, ngane yami
Angibanga khona ekuzalweni kwakho
Bengithi ngiyozama, ngizamela thina
Bengifisa ukuba nawe
Ngesikhathi umama wakho engitshela ukuthi ukhululwe
Ngangingasebenzi
Ngingenayo nemali yokudla
Namathuba emisebenzi ngalesosikhathi ayengekho
Ngathatha isinqumo sokuthatha i'bhamu ngiyokhomba

Kukhona konke, mtanami, ngangenzela ukuthi uphile kahle
Kukhona konke, mtanami, ngangenzela ukuthi ukhule kahle
Ufane nabanye abantwana nawe, ugqoke kahle
Yize ngaphelela ejele

Ngazama ngahluleka, mtanami
Kumanje, ngizibona 'ngesikhulu is'hluleki
Angikwazi nokulala ubuthongo, ngikhathazekile
Ukuthi lapho enikhona nomawakho, ngabe nidlile

Ang'sazi (ngiyophuma kanjani na)
Ang'sazi (ngiyokubona kanjani na)
Angazi ngiyok'thinta kanjani (wemtanami)
(Ngagwentshwa udilika jele wemtanami)
Ngagwentshwa udilika jele wemtanami
(Ngagwentshwa udilika jele wemtanami)
Angazi ngiyok'bona kanjani (wemtanami)
(Ngagwentshwa udilika jele wemtanami)
Ngagwentshwa udilika jele wemtanami
(Ngagwentshwa udilika jele wemtanami)
Angazi ngiyok'thinta kanjani (wemtanami)
(Ngagwentshwa udilika jele wemtanami)
Ngikhumbula umama womtanami (yelelle)
Ngikhumbula ingane yami wowu yelelle (wowu yelelle)
Ngikhumbula ingane yami wowu yelelle (yelelle)