Elige una pista para reproducir
Uncumo lwakho lukhanya okwe nkwenkwezi
Ubuhle bakho bunyulu, abuqheleki
Ingqondo yakho ibukhali, ayideleleki
Uyakubamhle ebudaleni kuba umhle ebutsheni
Molweni, Avuxeni, bazali bakhe
Ndineminqweno yokuguqula igama lakhe
Ndimonwabise, ndizibonakalise, ndikuhloniphe
Ntombikayise
Ndicela uthando nokuthenjwa qha, kuwe
Ndicela uthando nokuthenjwa qha, kuwe
Ubuhle bakho buyangimangaza, ntsuku zonke
Uyangilalela, unginikeza inhlonipho, ntsuku zonke
Ngenza isithembiso, mina nawe angeke sixabaniswe yilutho
Ngicela ubambe isandla sami, for better or worse
Ungabokhathazeka, baby
Ngizokunakekela, baby
Kuyi sibusiso kum, ukuthanda wena baby
Ngiyabonga ngokuthi ukhethe mina
Angikaze ngalubona olunjena
Angikaze ngaluthola olunjena
Angikaze ngalubona olunjena
Angikaze ngaluthola olunjena
Angikaze ngalubona olunjena
Angikaze ngaluthola olunjena
Angikaze ngalubona olunjena
Angikaze ngaluthola olunjena