Imphumela yokungang'laleli mntanami uyay'bona ukuthi sewunjani (Bengihlala ngithi ngihlakaniphile namhlanje zing'jikel'izinto)
Nguwe lona usumathambo usunjena wemntanami uyay'bona ukuthi sewunjani (Bengihlala ngithi ngihlakaniphile zing'jikel'izinto)

Engani ngang'kutshela (Ngathi yehlukana nezidakamizwa)
Engani ngang'kukhuza (Ngathi yehlukana nezidakamizwa)
Engani ngang'kutshela (Ngathi yehlukana nezidakamizwa yizon'ezobulal'iksasa lakho yehlukana nezidakamizwa)

Engani ngang'kutshela (Yehlukana nezidakamizwa)
Engani ngang'kukhuza (Yehlukana nezidakamizwa)
Engani ngang'kutshela wemntanami (Yehlukana nezidakamizwa yizon'ezobulal'impilo yakho yehlukana nezidakamizwa)
Kodwa mntanami uyihlongandlebe (Ngathi yehlukana nezidakamizwa)

Kodwa ngang'kukhuza (Ngathi yehlukana nezidakamizwa yizon'ezobulal'iksasa lakho yehlukana nezidakamizwa)

Engani ngang'kukhuza