Elige una pista para reproducir
Ngaye ngazikhethela yena
Ngaye ngazikhethela yena
Ngaye ngazikhethela yena
Ngaye ngazikhethela yena
Mm-mm, mm
Cha khona ngikhethe kahle
Uma ngikhethe umuntu omuhle kanjena
Uyojabula owami uma
Uyojabula, ejabule
Uyojabula umama
Hha khona ngikhethe kahle
Uma ngikhethe umuntu omuhle kangaka
Uyojabula owami uma
Uyojabula, ejabule
Uyojabula umama
Mama hlala phansi nayi 'ndaba ngik'xoxele
Ngathi kulezinsuku senizom'bona umakoti wenu
Ngathi usezivezile umaqondana, impela uyena
Wangikhipha emjolweni mama wangifaka othandweni
Ubuhle bentokazi, uNobuhle igama lakhe
I-smile sakhe singenza ngiyogiya entabeni
Iphimbo lakhe lisho umzwilili emadlebeni
Ngizwa umnkenenezo osho kamnandi enhlizweni yami
Kusukela kudala sibuya kude naye
Ngangiqala ukum'bona wangi-chocka ngamehl'akhe
Wayithatha inhliziyo wayiphosa ekujelini wema
Wayinekeza uthando kwawukumuka kwami lokho
Ngicela uma utshela ubaba umxoxele ngaye
Umtshele ukuthi umalokazana wakhe
Umtshele ukuthi mina ngiyazifela ngaye
Umtshele ukuthi unenhlonipho akadeleli
Muhle umntanomuntu impela mama istetelezi
Isizotha esitholakala kuye, ukhuthele
Inkomo zikababa ziyowela emzini ofanele
Ngiyoyishaya iphelele impela mama kuhle kwethu
Muhle umntanomuntu impela mama istetelezi
Isizotha esitholakala kuye, ukhuthele
Inkomo zikababa ziyowela emzini ofanele
Ngiyoyishaya 'phelele impela mama kuhle kwethu
Ngingas'qothula sonke isibaya sikababa
Abafwethu bayosala benani
Uma int'enhle itholaka kuwe
Uyilento efuneka kumama
Ngiyos'qothula sonke isibaya sikababa
Abafwethu bayosala belobola ngemali
Yonke int'enhle itholaka kuwe
Uyilento efuneka kumama
Uyilento efuneka kumfazi
Uyilento efuneka kumalokazane
Uyilento efuneka kumfazi
Uyilento efuneka kumalokazane
Ngiyos'qothula sonke isibaya sikababa
Abafwethu bayosala benani
Uma int'enhle itholaka kuwe
Uyilento efuneka kumama
Ngaye ngazikhethela yena
Ngaye ngazikhethela yena
Ngaye ngazikhethela yena
Ngaye ngazikhethela yena
(Ngiyosqothula sonke isibaya sikababa) ngaye ngazikhethela yena
(Abafwethu bayosala benani) ngaye ngazikhethela yena
(Uma int'enhle itholaka kuwe) ngaye ngazikhethela yena
(Uyilento efuneka kumama) ngaye ngazikhethela yena
(Ngiyosqothula sonke isibaya sikababa) ngaye ngazikhethela yena
(Abafwethu bayosala belobola ngemali) ngaye ngazikhethela yena
(Yonke int'enhle itholaka kuwe) ngaye ngazikhethela yena
(Uyilento efuneka kumama) ngaye ngazikhethela yena
(Uyilento efuneka kumfazi) ngaye ngazikhethela yena
(Uyilento efuneka kumama) ngaye ngazikhethela yena