Elige una pista para reproducir
Kathi mina ngenzeni uuze ngifele amacala abantu
Kathi ngenze ukuze ngifele amacala abantu
Ngoba konke okubi konke kuthiwa kwenziwa yimi

Ngoba ngiyalazi iqiniso kodwa ngeke ngisho
(ngoba ngiyalazi iqiniso kodwa ngeke ngisho)
Eyi bo eyi bo mama
(eyi bo eyi bo mama)
Ophezulu nguye okwaziyo ngakho konke (awu ngiyekeleni)

Kanti yini mna ngihlala ngiphila kanzima (ngiphila kanzima ngiphile kanzima)
Ngezwa yini ukuthi ngihlale ngihlukumezwa (ngiphila kanzima yo ngiphile kanzima)

Baba ngicela ubaxolele ngoba abayazi abayenzayo

Kubuhlungu ye ukufela into ongayazi hawuyeni

Umenziwa akakhohlwa kodwa umenzi uyakhohlwa
Umenziwa akakhohlwa kodwa umenzi uyakhohlwa
Kanti yini mna ngihlala ngiphila kanzima (ngiphila kanzima ngiphile kanzima)
Ngezwa yini ukuthi ngihlale ngihlukumezwa(ngiphila kanzima yo ngiphile kanzima)
Kanti yini mna ngihlala ngiphila kanzima (ngiphila kanzima ngiphile kanzima)
Ngezwa yini ukuthi ngihlale ngihlukumezwa (ngiphila kanzima yo ngiphile kanzima)
Kanti yini mna ngihlala ngiphila kanzima (ngiphila kanzima ngiphile kanzima)
Ngezwa yini ukuthi ngihlale ngihlukumezwa (ngiphila kanzima yo ngiphile kanzima)
Kathi mina ngenzeni ukuze ngifele amacala abantu
Kathi ngenze kuze ngifele amacala abantu