Elige una pista para reproducir
Uma kushay' iskhathi sokubuy' ekhaya ngingabuyi
Cela naz' ukuthi kade ngozama
Kade ngozama mina, kade ngozama
Ngizamel' abantwana basekhaya
Mama no baba, uma k'shay' iskhathi sokubuy' ekhaya ngingabuyi
Cela naz' ukuthi kade ngozama
Kade ngozama mina, kade ngozama
Ngizamel' abantwana basekhaya
Baba, uma kushay' iskhathi sokubuy' ekhaya ngingabuyi
Cela naz' ukuthi kade ngozama
Kade ngozama mina, kade ngozama
Ngizamel' abantwana basekhaya
Mama no baba, uma k'shay' iskhathi sokubuy' ekhaya ngingabuyi
Cela naz' ukuthi kade ngozama
Kade ngozama mina, kade ngozama
Ngizamel' abantwana basekhaya
Baba, uma kushay' iskhathi sokubuy' ekhaya ngingabuyi
Cela naz' ukuthi kade ngozama
Kade ngozama mina, kade ngozama
Ngizamel' abantwana basekhaya
Uma beng'zama
Mdali ng'cel' ungiphe nam' i-power yok' surviv-a
Zitha zami zibas' umlilo, Mdal' unisе imvula
Nisa imvula, Mdali unise imvula
Ayaya uma beng'zama
Mdali ng'cel' ungiphе nam' i-power yok' surviv-a
Zitha zami zibas' umlilo, Mdal' unise imvula
Nisa imvula, Mdali unise imvula
Mhm
Mhm
Oh mmh (okay)
Oh mama, kade uthandazel' ikhaya elifudumele thata
Zonke izinyembezi zakho ziphendukise inhlanhla
Ng'th' abantwana bakho basebenzele wena
Nami ngisebenzela bonke abantwana bakho
Wathi uma usishiya kuzoyenzeka izimanga
Kuyehla kuyenyukela yonke indlela zazihamba
Manje impilo incono buka lemizamo yakho
Thatha impilo zethu wayishintsha, ngesipho sakho
Wawuhlala edolweni make
Wawuhlala edolweni make
Wawuhlala edolweni maye
Mama no baba
Ukulahla ithawula akuyona indlel' engafunda ngayo
Ingqinamba namba ayithelelani endleleni
Sukukuqoma manikhona
Kwakumnyama nasemnyango
Amahloni engsinda ehlombe
Kodwa ngeke, ngeke siphinde silal' ekhaya singadlile
Nayi indodakazi isigadlile
Lingapheli ithemba kimi
Ng'sayophanda ng'sazobuya (dlala Thokzini)
Mama nobaba, uma kushay' iskhathi sokubuy' ekhaya ngingabuyi
Cela naz' ukuthi kade ngiyozama (cela naz' ukuthi, cela nazi ukuthi)
Kade ngozama mina, kade ngiyozama (cela naz' ukuthi bengiyophanda, mina bengiyophanda)
Ngizamel' abantwana basekhaya
Mama nobaba
Uma kushay' iskhathi sokubuy' ekhaya ngingabuyi
Cela naz' ukuthi kade ngozama (cela naz' ukuthi, cela nazi ukuthi)
Kade ngozama mina, kade ngozama (cela naz' ukuthi bengiyozama)
Ngizamel' abantwana basekhaya
Uma beng'zama
Mdali ng'cel ungiphe nam' i-power yok' surviv-a
Zitha zami zibas' umlilo Mdal' unise imvula
Nisa imvula, Mdali unise imvula
Ayaya uma beng'zama
Mdali ng'cel ungiphe nam' i-power yok' surviv-a
Zitha zami zibas' umlilo Mdal' unise imvula
Nisa imvula, Mdali unise imvula
Baba, uma kushay' iskhathi sokubuy' ekhaya ngingabuyi
Cela naz' ukuthi kade ngozama
Kade ngozama mina, kade ngozama
Ngizamel' abantwana basekhaya
Baba, uma kushay' iskhathi sokubuy' ekhaya ngingabuyi
Cela naz' ukuthi kade ngozama
Kade ngozama mina, kade ngozama
Ngizamel' abantwana basekhaya