Elige una pista para reproducir
Noma singahlukana namhlanje dali wami
Enhlizweni yami uyohlezi unendawo yakho
Noma singahlukana namhlanje dali wami
Enhlizweni yami uyohlezi unendawo yakho
Noma singahlukana namhlanje dali
Enhlizweni yami uyohlezi unendawo yakho
I soft spot yint' enginayo enhlizweni yami
Une gumbi lakho wedwa
I soft spot yint' enginayo enhlizweni yami
Une gumbi lakho wedwa
Hleze ngamthola omunye ofana nawe
Angeke ngimthole oyoba nguwe enhlizweni yami
Hleze ngamthola omunye ofana nawe
Angeke ngimthole oyoba nguwe enhlizweni yami
Uyisakhamuzi wakhile enhlizweni yami
Kuleyami nhliziyo forever wena
Uyisakhamuzi wakhile enhlizweni yami
Kuleyami nhliziyo forever wena
Hay ukuthi ngiy' show off
Kodwa ngawe angina mahloni
Hey, wakhile enhlizweni yami
Wherever you go mina i will follow
Ugobela owanginika intando sewashona
Hey wena wakhile enhlizweni yami
Faki inhliziyo ye washi doctor wami
Khona ngizo mthanda ngaso sonke isikhathi sami
Faki inhliziyo ye washi doctor wami
Khona ngizo mthanda ngaso sonke isikhathi sami
Uyisakhamuzi wakhile enhlizweni yami
Kuleyami nhliziyo forever wena
Uyisakhamuzi wakhile enhlizweni yami
Kuleyami nhliziyo forever wena
Noma singahlukana namhlanje dali wami
Enhlizweni yami uyohlezi unendawo yakho
Noma singahlukana namhlanje dali wami
Enhlizweni yami uyohlezi unendawo yakho
Noma singahlukana namhlanje dali
Enhlizweni yami uyohlezi unendawo yakho
I soft spot yint' enginayo enhlizweni yami
Une gumbi lakho wedwa
I soft spot yint' enginayo enhlizweni yami
Une gumbi lakho wedwa
Hleze ngamthola omunye ofana nawe
Angeke ngimthole oyoba nguwe enhlizweni yami
Hleze ngamthola omunye ofana nawe
Angeke ngimthole oyoba nguwe enhlizweni yami
Noma bekhuluma banoma abantu
Angeke ngikuyeke dali
Noma bekhuluma banoma abantu
Ngeke ngilalele dali
Noma bekhuluma banoma abantu
Angeke ngikuyeke dali
Noma bekhuluma banoma abantu
Ngeke ngilalele dali
Noma singahlukana namhlanje dali wami
Enhlizweni yami uyohlezi unendawo yakho
Noma singahlukana namhlanje dali wami
Enhlizweni yami uyohlezi unendawo yakho
Noma bekhuluma banoma abantu
Angeke ngikuyeke dali
Noma bekhuluma banoma abantu
Ngeke ngilalele dali
Noma bekhuluma banoma abantu
Angeke ngikuyeke dali
Noma bekhuluma banoma abantu
Ngeke ngilalele dali