Elige una pista para reproducir
Ngicela ukuthandwa futhi
Ngicela elinye ithuba
Bengingaboni ukuthi wena ugcwele uthando olungaka

Bengisase mncane ngingaboni lutho ngothando
Manje sengikhulile uthando lami lugcwele

Angikaze ngithole uthando olungaka kumuntu engimthandayo

Uzongithola emlanjeni
Lapho sibambana khona
Lapho sixolela khona mina nawe"