Elige una pista para reproducir
Lwangenz'uthando lwami
Olwangiqomisayo
Lwakengenz'uthando lwami
Olwangiqomisayo
Ngithi lwangenz'uthando lwami
Olwangiqomisayo
Ngikuzalel'abantwana soka lami
Wena udlala ngami
Ngikuzalel'abantwana soka lami
Wena udlala ngami
Washintsha shintsh'izintombi kulendawo
Awungicabangeli
Washintsha shintsh'izintombi endaweni
Awungicabangeli
Mina ngizel'abantwana abalahlani
Ngisangathath'okwami
Ngoba ngizel'abantwana abalahlani
Ngisangathath'okwami
Ngithi lwangenz'uthando lwami
Olwangiletha kuwe
Wena ubukise ngami soka lami, wesoka lami
(Izizwe zonke zingibonile, zingihlekile)
Wena ubukise ngami soka lami, wesoka lami
(Abantu bonke bangibonile, bangihlekile)
Kodwa udlale ngami soka lami, wesoka lami
(Nabakithi bangibonile, bangihlekile)
Ngithi lwangenz'uthando lwami (Izizwe zonke zingibonile, zingihlekile)
Olwangiletha kuwe
(Izizwe zonke zingibonile, zingihlekile)
Bayabuz'ekhaya ma
Babuz'ukuthi nghlaleleni
Bayabuz'ekhaya ma
Babuz'ukuthi nghlaleleni
Noma abakulokothi noma abenzi lutho, babuz'ukuthi uhlaleleni
Noma abakulokothi noma abenzi lutho, babuz'ukuthi uhlaleleni
(Izizwe zonke zingibonile, zingihlekile)
Ngikuzalel'abantwana soka lami
Wena udlala ngami
Washintsha shintsh'izintombi kulendawo
Awungicabangeli
Washintsha shintsh'izintombi endaweni
Awungicabangeli
Mina ngizel'abantwana abalahlani (Izizwe zonke zingibonile, zingihlekile)
Ngisangathath'okwami
Ngoba ngizel'abantwana abalahlani (Abantu bonke bangibonile, bangihlekile)
Ngisangathath'okwami
Ngithi lwangenz'uthando lwami
Olwangiletha kuwe (Nabakithi bangibonile, bangihlekile)
Bayabuz'ekhaya ma (Izizwe zonke zingibonile, zingihlekile)
Bayabuz'ekhaya ma (Izizwe zonke zingibonile, zingihlekile)
Noma abakulokothi noma abenzi lutho
(Izizwe zonke zingibonile, zingihlekile)
Noma abakulokothi noma abenzi lutho
(Abantu bonke bangibonile, bangihlekile)