Awu dlozi lam'
Yoh,
Nazi izimfamona zibhokile,
Ngicel' amandla baba wami,
Ngivikele,
Amasango baba awavuleke.
Hho lo lo lo lo,
Awu dlozi lam'
Yoh,
Nazi izimfamona zibhokile,
Ngicela amandla baba wami,
Ngivikele,
Amasango baba awavuleke.
Hho lo lo lo lo,
Ngishis' insangu ngihlez' emsamu,
Ngikhuluma nawe dlozi lami,
Ngivikele,
Iminyango bab' ayivuleke,
Abalele nab' abangibhekele,
Awu dlozi lami
Ngyacela kuwe nkulunkulu wami,
Awuphathis' izingelis zakho izipho zami,
Ngyakhala kuwe wesomandla,
Yim' enceku yakho,
Ngyakucela wedlozi lami,
Baningi dlozi lami,
Bangibophel' amanqin' enyathi,
Bangifuna phansi,
Zining' izitha zami,
Zingibophel' amanqin' enyathi,
Zingifuna phansi,
Awu dlozi lam'
Yoh,
Nazi izimfamona zibhokile,
Ngicel' amandla baba wami,
Ngivikele,
Amasango baba awavuleke.
Hho lo lo lo lo,
Awu dlozi lam'
Yoh,
Nazi izimfamona zibhokile,
Ngicela amandla baba wami,
Ngivikele,
Amasango baba awavuleke.
Hho lo lo lo lo
Ngyaguqa ngithandaza kuwe dlozi lami,
Naz' izitha zami,
Zifuna umoya wami,
Ngyacela kuwe wesomandla,
Baba nqaba ngam',
Ho Ho
Ngibanikela kuwe dlozi lam',
Angiw' amandla wokulwa,
Nguw ummeli wam',
Nguw' owangibek' ekukhanyeni,
Usizo ngaluthol' ezintabeni,
We somandla,
Naba lab' abangivalel' ekhoneni
Bangifuna phansi,
We dlozi lami,
Naba lab' abangivalel' ekhoneni
Bangifuna phansi,
We dlozi lami.
Awu dlozi lami,
Yoh,
Nazi izimfamona zibhokile,
Ngicel' amandla baba wami,
Ngivikele,
Amasango baba awavuleke.
(Chorus) *2
Hho lo lo lo lo,
Awu dlozi lami,
Yoh,
Nazi izimfamona zibhokile,
Ngicela amandla baba wami,
Ngivikele,
Amasango baba awavuleke.
Hho lo lo lo lo,
Yoh,
Nazi izimfamona zibhokile,
Ngicela amandla baba wami,
Ngivikele,
Amasango baba awavuleke.
Hho lo lo lo lo,
Awu dlozi lami,
Yoh,
Nazi izimfamona zibhokile,
Ngicela amandla baba wami,
Ngivikele,
Amasango baba awavuleke.
Hho lo lo lo lo.