Оберіть трек для відтворення
Ngob'izinto ziman'ukwenzekan
Baningi bafikile ngibasizile
Masekuyi skhathi sam ngisala ngedwa
Ngisala ngosizi yeh
Sengakheth' uk'thula ng'vumele isimo sinjalo
Ngoba yimi ngedw' oyoyisiza la
Sengakheth' uk'thula ng'vumele isimo sinjalo
Ngoba yimi ngedw' oyoyisiza la
Oh xola nhliziyo yam
Vumel' izinto zenzeke
Oh xola moya wam
Vumel' isimo ngoba sinjalo
Awu ngoba kulomhlaba lo, umuntu uyok'jikel' emini we
Ngoba kulomhlaba lo umuntu ak'siye owakini woh
Ngoba kulomhlaba lo, umuntu uyok'jikel' emini we
Ngoba kulomhlaba lo, umuntu uyok'jikel' emini we
Khala zome mtakababa
Lomhlab' esiphila kuwo uyahlaba
Thandaza ukholwe themba ulalele
Lomhlab' esiphila kuwo wonakele
Thandaza ukholwe themba ulalele
Lomhlab' esiphila kuwo wonakele
Lomhlab' esiphila kuwo wonakele
Lomhlab' esiphila kuwo wonakele
Nam baningi abangjikele mina
Ngadlule ntweni eyningi
Kodwa lento isegazini
Bayazi uTrill ighost umshini
Baningi abafun' usizo kodw' uban ongisizayo
Ngisemgodini ebumnyameni ubanongkhiphayo
Inhliziyo iyoxola
Inqondo ayikhohlwa
Amanxeba ayophola
Inhliziyo iyoxola
Inqondo ayikhohlwa
Amanxeba ayophola
Umenziwa akakhohlwa
Umenzi uyakhohlwa
Kulungile sopopa
Amanxeba azophola
Umenziwa akakhohlwa
Umenzi yena uyakhohlwa