Оберіть трек для відтворення

Ungashawa amahloni Dali
Wangigcina ngisa broke Dali
Manje isimo asisafani Dali
Manje wena uthi awusangiboni Dali
Ungashawa amahloni Dali
Wangigcina ngisa broke Dali
Manje isimo asisafani Dali
Manje wena uthi awusangiboni Dali
Manje imali ebank ingena kuphela
Manje ekhaya ngibuya ngo 3 am
Manje intombi zolova ziphenya iziketi
Manje intombi zolova zifuna umemdo
Uzenza imali yesonto Ufuna ukuzinikela
Mntanomuntu wawuhlaleleni ungazinikeli
Ushaya ureverse ufuna ukuzibuyela
Ngisase broke wawuhlaleleni ungazibuyeli
Manje drip yami isiyinde icokeme
Wayeshilo umabulala akhukhumele
Ex yami angisayazi isithola umzimba
Ababengazi sebethi ngiphakeme
Ex yami kusaseyimina ungashawa amahloni
Ex yami kusaseyimina ngiyazi ukuthi awungiboni
Ngisa heala Dali amanxeba awapholi
Ngiyazi sengigezekile ex yami awusangiboni
Ungashawa amahloni Dali
Wangigcina ngisa broke Dali
Manje isimo asisafani Dali
Manje wena uthi awusangiboni Dali
Ungashawa amahloni Dali
Wangigcina ngisa broke Dali
Manje isimo asisafani Dali
Manje wena uthi awusangiboni Dali
Manje ngiphethe imali engathi ngishaya iscam
Angithi ngiyabona wangigcina kudala ngisawu Sam
I'm not the same senguwu Laqhasha Dali
Koleka imali ngiwu Laqhasha Dali
Wangigcina ngingakakwazi noku afforda nesxubho
Buka amazinyo aseyashina Dali
Ngangizokuvala ngize ngigugelwe isicathulo
Manje ngiphakathi kweNavara dali
Ex yami ithanda ukudlala usjava
Manje ngingamkhulumisa naye
Khumbula uthi awufuni ukuphinde ungibone
Uzobgibamba kwi tv we Dali
Ungashawa amahloni Dali
Wangigcina ngisa broke Dali
Manje isimo asisafani Dali
Manje wena uthi awusangiboni Dali
Ungashawa amahloni Dali
Wangigcina ngisa broke Dali
Manje isimo asisafani Dali
Manje wena uthi awusangiboni Dali