Оберіть трек для відтворення
Nansi indaba, 2017, ngafika kule industry
Ngifika nabolova bami, uKhaya nabo cisty
Beku January ng'khiphe nami ingoma yami yok'qala
Ngiphethe uGeezy lapho, nawe uyazi bazohlanya
Ngoba vele babemthanda
Kwakuyena ophethe iNumber
Then later on, bagcwala uGinger, intwana yasangana
Kwasek'suka enye iBeef, yenze iSquad saxabana
Kwakhishwa ama diss iyinkomishi zaphambana
So fast forward, sengi solo, ngikhand' iTape
Ukuze ngizo prove(a) ukuthi ndim ophethe iGame
Balokhe bethi Ginger you can never really be the same
Ngase ng'biza abo cisty no Sphecial sakhiph' iFlame
2019, one man, Pretoria, mele ngiqale phansi
Ngakhe ama fans, ngoba i035, ngayishiya phansi
Ngashiwa nabangani ebenginabo, mele ngenze iPlan
Ngeke ng'qamb' amanga, bekunzima blind
Ngase ng'hlangana no Venomen wangithengela iKota
Wase engi introduce(a) k'bantu ngase ng'qala ngya pop(a)
Ntwana ilahle nale focus, ngashizil' isgele
Ngacabanga uma Oledi nale mali akayi spend
2020, ngashiya isgele ngibulawa iPressure
Ngase ng'naka umculo wami ngawuphathisa kwe treasure
2021, nga sign(a) iDeal eshintsha impilo yami
Kwabuya wonk' umuntu sebezenza umngani wami