Sakhetha loluthando mama
Bebangekho lababantu
Kodwa bekhuluma Indaba zami nawe
Abafuni ukusiyeka
Sengizobatjela
Ngimtholile
Yena'Owa'nqoba
Inhliziyo yami
Ngimtholile
Yena'Owa'nqoba
Inhliziyo yami
Ngimtholile, Ngimtholile, Ngimtholile
Ngimtholile yen'owanqoba Inhliziyo
Ngyazithandela kuwe
Ngyazibophela kuwe
Angazi ukuth'ondaba basfunani
Ngafa ngafel'uthando
Ngafa ngafel'uthando
Ngimtholile
Yen'Owa'nqoba
Inhliziyo yami
Ngimtholile
Yen'Owa'nqoba
Inhliziyo yami
Ngimtholile, Ngimtholile, Ngimtholile
Yen'owami
Ngitshele
Ngazise
Ngizokulanda nge'bhay'sikili lami
Oh Ngazise
Inkomo zifikile
Ngizokulanda nge'bhay'sikili lami
Mina ngisendleleni
Ngiyzibuz'ukuthi
Ubatjelile ekhay'inkomo ziyeza
Inkomo zisendleni Mama
Ngakuthembisa umuzi enhlizweni yami
Ziningi futhi
Ngingazingeza futhi
Okwakho nje ukuthi
Uvume lentoyethu
Ngimtholile, Ngimtholile
Yen'owa, Yen'owa
Yen'owa, Yen'owa
Yen'owa, Yen'owa
Nqoba
Ngyaz'thandela kuwe
Ngyaz'bophela kuwe