Оберіть трек для відтворення
Uthando lwakho alunamagquma, alunamathafa isipholas
Nanokuthi muhle nje owami ibonus
Uthando lakho luyageleza enhlizweni yami amanzi
Ngashela ubuhle umoya wakho ngangi ngawazi
Wang'qoma wang'qoma
Wangenza insizwa phambi kwamajongo emphakathini
Wang'qoma, wang'qoma
Wangenza umuntu phambi kwentombi emphakathini
Waletha injabulo empilweni yami ngidabukile
Waletha imfudalo emashidini ngigodolole
Inkinga zomhlaba beziningi zingihaqile
Nalo eX ongasolveki empilweni yami umuxaz'lulile
Emaweni uyongithola khona
Angim'hambi uMaweni uthando lukhona
Ngibulawa yiBhoko mabes'bona
K'shuthi bongibulala mangingakulobola
Ngangingazi ngikukhetha
Ukuthi ngawe Mina Dali ngyobheja