Оберіть трек для відтворення
Distance distance
Don't mean a thing
Don't mean a thing yeah
Noma ngabe ukude kunami
Kodwa uyohlale ukhona enhliziyweni yami
Maye ngiyay'zonda lezontaba mama
Ezingisithela ulavi wami
Bekezela s'thandwa sami kusele insuku ngizokubona maduze
Bekezela s'thandwa sami kusele insuku ngizokubona maduze
Maduze
Duze, come duze
Ndiphuze
Maduze
Duze, come duze
Ndiphuze
Cela uy'phathe kahle
Lapho ukhona dali nami ngiyo'phatha kahle
Hayi ukuthi angikwethembi
Ngiyazi izilingo dali ziyohlala zikhona endleleni
Inkumbulo, inkumbulo
Ngiyazi dali uyafa inkumbulo
Cela uqaphele inkanuko, inkanuko
Hayi umzwangedwa ubanga inkanuko
Mayefika amajongo
Uwatshele ukuthi uqome le kwaZulu
Mayefika ezoshela amajongo
Uwatshele ukuthi wena uqome le KwaZulu
Ontaba dilika
Ngibone sthandwa sami ayi umamubiza