Оберіть трек для відтворення
Kanti yini kwamnandi kangaka lana
Kanti yini kwamnandi kangaka
Nami angizenzi, kumnandi lana
Anikhuze u-Bless The Gentlemen s'bali (Blaq Major ubenzani?)
Ngicela ningiyeka, yeka ngiyoy'jolela
Ngicela ningiyeka, yeka ngiyoy'phuzela
Sdakiwe, sdakiwe, sdakiwe sbali uDecember
Sdakiwe, sdakiwe, sdakiwe sbali soy'khokhela
Ngicela ningiyeka, yeka ngiyoy'jolela
Ngicela ningiyeka, yeka ngiyoy'phuzela
Sdakiwe, sdakiwe, sdakiwe sbali uDecember
Sdakiwe, sdakiwe, sdakiwe sbali soy'khokhela
Ayibo sbali, ayibo sbali, ngiyakukhuza
Ayibo sbali, ayibo sbali
Bengithi ngiwuyekile umjolo, sengikhathele
Ngahamba ngayodans'izolo, kant'angazi
Yasho, yasho, yash'ingoma sbali
Yadlala, yadlala, yadlal'ingane sbali
Ngathi swiper, thatha, yimina ozokukhokhela dali
Ayi uyangichaza, iqede ngizoyibonela dali
Ngicel'ukudansa nawe, ngifun'ukuhamba nawe
Kuze kuse ekuseni, uyangichaza
Imnand'ingoma sbali, vul'ibhodlela sbali
Sivele sidanse nodali, sibemanzi
Ayibo kumnandi lanaNgeke ngihambe lana
And ngeke ngiyek'ukujola (ngeke)
Ayibo kumnandi lana mina ngeke ngihambe lana
Ekhaya ngizoba bona ekuseni
Ngicela ningiyeka, yeka ngiyoy'jolela
Ngicela ningiyeka, yeka ngiyoy'phuzela
Sdakiwe, sdakiwe, sdakiwe sbali uDecember
Sdakiwe, sdakiwe, sdakiwe sbali soy'khokhela
Ngicela ningiyeka, yeka ngiyoy'jolela
Ngicela ningiyeka, yeka ngiyoy'phuzela
Sdakiwe, sdakiwe, sdakiwe sbali uDecember
Sdakiwe, sdakiwe, sdakiwe sbali soy'khokhela
Ayibo sbali, ayibo sbali, ngyakukhuza
Ayibo sbali, ayibo sbali
Nami angizenzi, angizenzi kumnandi lana
Nami angizenzi, angizenzi kumnandi lana
Ayibo sbali, ayibo sbali
Nami angizenzi (nami angizenzi)
Woza Kap (Blaq Major ubenzani?)
Angikwazi, angikwazi, angikwaz'sbali ukuyekhaya early kangaka
Ngishiye utshwala obuningi kangaka
Angikwazi, umalume, umalume uyangifonela
Uth'angiphathe ibhodlela lakhe likaDecember
Angikwazi, angikwazi, angikwaz'sbali ukuyekhaya early kangaka
Ngishiye utshwala obuningi kangaka
Angikwazi, umalume, umalume uyangifonela
Uth'angiphathe ibhodlela lakhe likaDecember
Nami angizenzi, angizenzi kumnandi lana
Nami angizenzi, angizenzi kumnandi lana
Ayibo sbali (Blaq Major ubenzani?)